Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 38:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Amatalenta ayikhulu esiliva kwakubunjiwe izinyawo zendlu engcwele nezinyawo zesihenqo; izikhonkwane eziyikhulu zamatalenta ayikhulu, italenta esitheni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Amatalenta* ayikhulu esiliva ayengawokukhanda izinyawo zendlu engcwele, nezinyawo zesihenqo, izinyawo eziyikhulu ngamatalenta ayikhulu, italenta ngonyawo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

27 Amathalenta ayikhulu esiliva ayengawokukhanda izisekelo zendawo engcwele, nezisekelo zesihenqo; izisekelo eziyikhulu zingamathalenta ayikhulu, kuyithalenta isisekelo ngasinye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 38:27
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uyakwenza izisekelo zesiliva ezingamashumi amane ngaphansi kwezitayela ezingamashumi amabili; izisekelo ezimbili ezinezikhoxe ngaphansi kwepulangwe zibe neminwe yalo emibili, nezinyawo ezimbili phansi kwelinye ipulangwe zeminwe yalo emibili.


nezisekelo zazo zesiliva ezingamashumi amane; izinyawo ezimbili phansi kwepulangwe linye, nezinyawo ezimbili phansi kwelinye ipulangwe.


Kuyakuba yizitayela eziyisishiyagalombili nezinyawo zazo zesiliva, izisekelo eziyishumi nesithupha; izinyawo ezimbili phansi kwepulangwe linye, nezinyawo ezimbili phansi kwelinye ipulangwe.


Kumelwe ulilengise ezinsikeni ezine zokhuni lomtholo ezihuqwe ngegolide; izisekelo zazo zibe ngegolide, ezisekelweni ezine zesiliva.


ibheka ngendoda, inxenye yeshekeli ngokweshekeli lendlu engcwele, kubo bonke ababalwayo kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, amadoda ayizinkulungwane ezingamakhulu ayisithupha nantathu namakhulu amahlanu namashumi ayisihlanu.


Ngamashekeli ayinkulungwane namakhulu ayisikhombisa namashumi ayisikhombisa nanhlanu wenza izisekelo zezinsika, wavala izigqoko zazo, wazigcwalisa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ