Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 38:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngasohlangothini olusenyakatho izilenge zaziyizingalo eziyikhulu, izinsika zazo zingamashumi amabili, nezinyawo zazo zingamashumi amabili zethusi; izisekelo zezinsika namasongo azo esiliva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ngasohlangothini lwasenyakatho yizingalo eziyikhulu, izinsika zazo zingamashumi amabili, nezinyawo zazo zingamashumi amabili zethusi; izingwegwe zezinsika nemishayo yazo kwakuyisiliva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 Ngasohlangothini lwasenyakatho kunamakhethini angamakhubhithi ayikhulu ubude; izinsika zawo bungama-20, izisekelo zawo ezingama-20 zilithusi, izinkintsho namabhande kulisiliva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 38:11
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izinsika zalo ezingamashumi amabili nezinyawo zazo zibe ngamashumi amabili zethusi; izisekelo zezinsika namasongo azo abe yisiliva.


Izinsika zawo zazingamashumi amabili, nezinyawo zazo zazingamashumi amabili zethusi; izisekelo zezinsika namasongo azo ayeyisiliva.


Ohlangothini olusentshonalanga izilenge zaziyizingalo ezingamashumi ayisihlanu, izinsika zazo zaziyishumi nezinyawo zazo zaziyishumi; izisekelo zezinsika namasongo azo esiliva.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ