Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 37:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 UBesaleli wenza umphongolo ngomuthi womtholo; ubude bawo babuyizingalo ezimbili nenxenye, ububanzi bawo buyingalo nenxenye, nokuphakama kwawo kwakuyingalo nenxenye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UBesaleli wawenza umphongolo ngomuthi womtholo; ubude bawo babuyizingalo ezimbili nenxenye, ububanzi bawo babuyingalo nenxenye, nokuphakama kwawo kwakuyingalo nenxenye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 UBhezaleli wawakha umphongolo ngokhuni lomkhambathi; waba ngamakhubhithi amabili nengxenye ubude, yikhubhithi nengxenye ububanzi, nekhubhithi nengxenye ukuphakama.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 37:1
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ulengise isihenqo ngaphansi kwabakaki, ukuze ungenise umphongolo wobufakazi phakathi kwesihenqo; isihenqo kumelwe sinihlukanisele phakathi kweNgcwele neNgcwelengcwele.


itende lokuhlangana, nomphongolo wobufakazi, nesihlalo somusa esiphezu kwawo, nempahla yonke yetabernakele;


Walimboza ngegolide elicwengekileyo ngaphakathi nangaphandle, wenza kulo umqhele wegolide nxazonke.


Ufake kulo umphongolo wobufakazi, umboze umphongolo ngesihenqo.


Ngase ngenza umphongolo womuthi womtholo, ngabaza izibhebhe ezimbili zamatshe njengezokuqala, ngakhuphukela entabeni ngiphethe izibhebhe zombili esandleni sami.


eyayinomcengezi wegolide wempepho, nomphongolo wesivumelwano unamekwe ngegolide nxazonke, okwakukhona kuwo imbiza yegolide eyayinemana, nenduku ka-Aroni eyahlumayo, nezibhebhe zesivumelwano;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ