Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 32:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Wathatha ithole ababelenzile, walishisa ngomlilo, walichoboza, walifafaza phezu kwamanzi, wabaphuzisa abantwana bakwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Wayeselithatha ithole ababelenzile, walishisa ngomlilo, walicolisisa laze laba luthuli, walivumvuzela emanzini, wabaphuzisa wona abantwana bakwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

20 Wathatha ithole ababelenzile, walishisa ngomlilo, waligaya lacoliseka laba luthuli, waluvuvuzela emanzini, wabaphuzisa wona abantu bakwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 32:20
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Futhi nonina uMaga, naye wasusa ekubeni yindlovukazi, ngoba wenza isithombe esibaziweyo esihlahleni; u-Asa wachitha isithombe sakhe, wasishisa emfudlaneni iKidroni.


Ngaphezu kwalokho, walenza i-altare elaliseBhethele nendawo ephakemeyo uJerobowamu indodana kaNebati owabangela ukuba u-Israyeli one, wadiliza i-altare nendawo ephakemeyo washisa indawo ephakemeyo wayichoboza. Impushana, yashisa ihlathi.


Yasikhipha isihlahla endlini kaJehova ngaphandle kweJerusalema, yasiyisa emfudlaneni iKidroni, yasishisa emfudlaneni iKidroni, yasichola saba luthuli, yasithela impuphu yaso emathuneni abantwana babantu.


Bawadiliza ama-altare oBali phambi kobuso bakhe; nezithombe ezazilapho phezulu, wazigawula; neziqu ezingcwele, nezithombe ezibaziweyo, nezithombe ezibunjiweyo wakuphahlaza, wakucolisa, wakuvuthululela phezu kwamathuna ababezihlabela.


UMozisi wasesithi kuAroni: Lababantu benzeni kuwe ukuthi uzehlisele phezu kwabo isono esikhulu kangaka?


Ngakho bayakudla isithelo sendlela yabo, basuthe ngamacebo abo.


Oyisihlubuki enhliziyweni uyeneliswa zindlela zakhe, nomuntu omuhle uyeneliswa nguye.


Izithombe ezibaziweyo zonkulunkulu bazo niyozishisa ngomlilo; isiliva noma igolide elikuso, ungalifisi, ungazithatheli lona, funa ucushwe yilo; ngoba kuyisinengiso kuJehova uNkulunkulu wakho.


Kodwa nansi indlela okufanele niziphathe ngayo; niyakudiliza ama-altare abo, nidilize izithombe zabo, nigawule iziqu zemithi yabo engcwele, nishise izithombe zabo ezibaziweyo ngomlilo.


Ngasithatha isono senu, ithole enalenza, ngalishisa ngomlilo, ngaligxoba, ngalicolisisa, laze lacoleka njengothuli; ngase ngiluphonsa uthuli lwalo emfudlaneni ophuma entabeni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ