Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 32:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 U-Aroni wayesethi kubo: “Khumulani amacici egolide asezindlebeni zabafazi benu, amadodana enu namadodakazi enu, niwalethe kimi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 U-Aroni wayesethi kubo: “Khumulani amacici egolide asezindlebeni zawomkenu, nakwezamadodana enu, nakwezamadodakazi enu, niwalethe kimi.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 U-Aroni wathi kubo: “Khumulani amacici egolide asezindlebeni zomkenu, nakwezamadodana enu, nakwezamadodakazi enu, niwalethe kimi.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 32:2
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi amakamela eseqedile ukuphuza, indoda yathatha icici legolide, inxenye yeshekeli, namasongo amabili ezandleni zayo, amashekeli ayishumi egolide;


Ngambuza ngathi: Uyindodakazi kabani wena? Wathi: “Indodakazi kaBetuweli indodana kaNahori, amzalela yona uMilka;


Ningangenzeli onkulunkulu besiliva, ningazenzeli onkulunkulu begolide.


Bonke abantu bagqabula amacici egolide ayesezindlebeni zabo, bawaletha ku-Aroni.


Beza, abesilisa nabesifazane, bonke abavumayo, baletha amasongo, namacici, namasongo, namatafula, zonke izinto zegolide; nawo wonke umuntu owaletha umnikelo wegolide kuJehova.


Njengecici legolide nomhlobiso wegolide elicwengekileyo, kunjalo ukusola okuhlakaniphileyo endlebeni elalelayo.


Kumelwe ningcolise isembozo sezithombe zenu ezibaziweyo zesiliva nomhlobiso wezithombe zenu ezibunjiwe zegolide; uthi kuyo: Hamba.


Wathatha nezinto zakho ezinhle egolideni lami nasesilivani lami engakunika lona, wazenzela izithombe zabantu, wafeba nazo.


Ngokuba wayengazi ukuthi yimina engimnike amabele, newayini, namafutha, ngandisa isiliva negolide abakulungisela uBali.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ