UEksodusi 31:16 - Contemporary Zulu Bible 202416 Ngakho-ke abantwana bakwa-Israyeli kumelwe bagcine isabatha ukuze bagcine isabatha ezizukulwaneni zabo njengesivumelwano esiphakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE16 Ngalokho abakwa-Israyeli bayakuligcina isabatha, balilonde ezizukulwaneni zabo libe yisivumelwano esiphakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202016 Ngakho-ke abantu bakwa-Israyeli bayoligcina isabatha, bayoligcina izizukulwane ngezizukulwane njengesivumelwano saphakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngalezo zinsuku ngabona kwaJuda ukuthi abanye banyathela izikhamo zewayini ngesabatha, baletha izithungu, balayishe izimbongolo; kanye newayini, namagilebhisi, namakhiwane, nayo yonke inhlobo yemithwalo abayiletha eJerusalema ngosuku lwesabatha; futhi ngafakaza ngokumelene nabo ngosuku abathengisa ngalo ukudla.