1 UJehova wakhuluma kuMose, wathi:
1 USimakade wakhuluma kuMose wathi:
UMose wabiza yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli, wathi kubo: “Nanka amazwi uJehova ayala ngawo ukuba niwenze.
Futhi zonke izinhliziyo ezihlakaniphile phakathi kwenu ziyakuza, zenze konke uJehova ekuyalile;
UMozisi wasesithi kubantwana bakoIsrayeli: Khangelani, iNkosi imbizile uBhezaleli indodana kaUri indodana kaHuri, owesizwe sakoJuda ngebizo;
Khona oBesaleli no-Oholiyabe nabo bonke abantu abahlakaniphile ngenhliziyo uJehova abanika ukuhlakanipha nokuqonda ukuze bazi ukwenza yonke imisebenzi yenkonzo yendlu engcwele njengakho konke uJehova ayekuyalile.
UBhezaleli indodana ka-Uri indodana kaHuri, owesizwe sakwaJuda, wenza konke uJehova amyale ngakho uMose.
Inkonzo yabo iyakuba ngumphongolo, netafula, nothi lwesibani, nama-altare, nezinto zendlu engcwele abakhonza ngazo, neveli, nayo yonke inkonzo yalo.