Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 30:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Wolimboza ngegolide elicwengekileyo ngaphezulu, nezinhlangothi zalo nxazonke, nezimpondo zalo; ulenzele umqhele wegolide inhlangothi zonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Wolinameka ngegolide elicwengekileyo ngaphezulu, nezinhlangothi zalo nxazonke, nezimpondo zalo, ulenzele udini lwegolide nxazonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Uyolicaka phezulu ngegolide elicwengekileyo, kuthi izinhlangothi zalo nxazonke, nezimpondo zalo, uzenzele unqenqema lwegolide macala wonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 30:3
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ingaphakathi elingaphambili laliyizingalo ezingamashumi amabili ubude nezingalo ezingamashumi amabili ububanzi nezingalo ezingamashumi amabili ukuphakama; wayinameka ngegolide elicwengekileyo; lasibekela i-altare ngokhuni lomsedari.


Wayihuqa yonke indlu ngegolide, waze wayiqeda yonke indlu; walinameka i-altare lonke elisendlini engaphakathi ngegolide.


USolomoni wazenza zonke izinto zendlu kaJehova: i-altare legolide, netafula legolide okwakukhona kulo izinkwa zokubukwa;


Ulimboze ngegolide elicwengekileyo, ulisibekele ngaphakathi nangaphandle, wenze phezu kwalo umqhele wegolide inhlangothi zonke.


Kumelwe ulimboze ngegolide elihlanzekile futhi ulenzele umqhele wegolide nxazonke.


Ubude balo bube yingalo, ububanzi balo bube yingalo; libe nezinhlangothi ezine ezilinganayo, ukuphakama kwalo kube yizingalo ezimbili; izimpondo zakhe kumelwe zibe munye.


Ulenzele amasongo amabili egolide ngaphansi komqhele walo, emagumbini alo omabili; ulenze ezinhlangothini zalo ezimbili; futhi kumelwe kube yindawo yezinti zokulithwalela kuyo.


Kwafika enye ingelosi, yema ngase-altare, inesitsha segolide sempepho; yanikwa impepho eningi ukuba iyinikele kanye nemithandazo yabangcwele bonke phezu kwe-altare legolide eliphambi kwesihlalo sobukhosi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ