Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 30:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Lapho ubala abantwana bakoIsrayeli njengomumo wabo, yilowo lalowo uzanikela eNkosini inhlawulo yomphefumulo wakhe, lapho ubabala; ukuze kungabikho inhlupho phakathi kwabo lapho Ubala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 “Nxa ubala inani labantwana bakwa-Israyeli ngokwalabo ababalwayo, yilowo nalowo kubo makathele kuJehova ihlawulo lomphefumulo wakhe, lapho ubabalayo, ukuba kungabikho sifo phakathi kwabo, nxa ubabala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 “Lapho kubalwa abantu bakwa-Israyeli ukuze bonke babhaliswe, lapho bebhaliswa, bonke bayakukhokha inhlawulo yempilo yabo kuSimakade, ukuze bangehlelwa ubhubhane ngenxa yokubalwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 30:12
21 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USathane wavukela u-Israyeli, wamlinga uDavide ukuba abale u-Israyeli.


Noma iminyaka emithathu yendlala; noma izinyanga ezintathu ukuchithwa phambi kwezitha zakho, inkemba yezitha zakho ikufice; noma izinsuku ezintathu inkemba kaJehova, isifo esiwumshayabhuqe ezweni, ingelosi kaJehova ichitha kuzo zonke izifunda zakwa-Israyeli. Ake nginitshele ukuthi yizwi lini engiyakulibuyisela kongithumileyo.


UJehova wayesethuma isifo kwa-Israyeli, kwawa abantu bakwa-Israyeli abayizinkulungwane ezingamashumi ayisikhombisa.


Wathi uJowabe: “UJehova makenze abantu bakhe ngokuphindwe kayikhulu kunabo; kodwa, nkosi yami, nkosi, zonke azizona izinceku zenkosi yami na? pho, inkosi yami ifunelani lokhu na? izakuba yisiphambeko sikaIsrayeli ngani?


UJowabe indodana kaSeruya waqala ukubala, kepha akaqedanga, ngokuba intukuthelo yaphumela phezu kuka-Israyeli ngenxa yalokho; futhi inani alilotshiwe encwadini yezindaba zemihla ngemihla yenkosi uDavide.


Inkosi yasibiza uJehoyada inhloko, yathi kuye: “Awubacelanga ngani amaLevi ukuba alethe umnikelo ovela kwaJuda naseJerusalema, njengomyalo kaMose, inceku kaJehova, nebandla lamaLevi. Israyeli, ngenxa yetabernakele lobufakazi na?


Bamemeza kwaJuda naseJerusalema ukuba kulethwe umnikelo uMose inceku kaNkulunkulu awubeka phezu kuka-Israyeli ehlane kuJehova.


Ngemva kwalokho waba lesihawu kuye, wathi: “Mkhulule ekwehleleni egodini; ngithole inhlawulo.”


Ngokuba kukhona ulaka, xwayani funa aniphuce ngokushaywa kwakhe; khona-ke isihlengo esikhulu ngeke sikusindise.


Akekho kubo ongahlenga umfowabo nhlobo futhi angamniki uNkulunkulu isihlengo ngaye.


Base bethi kuMose: “Izinceku zakho zibalile amadoda empi ayephansi kwesandla sethu, akwasilelanga neyodwa kithi.”


Ngakho saletha umnikelo womlilo kuJehova abawutholayo, kwaba yilowo nalowo, izinto zegolide, namaketanga, namasongo, namasongo, namacici, nezibhebhe, ukwenzela imiphefumulo yethu ukubuyisana phambi kukaJehova.


njengalokhu iNdodana yomuntu ingezanga ukukhonzwa, kodwa ukukhonza, nokunikela ukuphila kwayo, kube yisihlengo sabaningi.


Ngokuba neNdodana yomuntu ayizanga ukukhonzwa kepha ukukhonza nokunikela ukuphila kwayo, kube yisihlengo sabaningi.


owazinikela abe yinhlawulo yabo bonke, kube ngubufakazi ngesikhathi esifaneleyo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ