Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 28:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Uhlu lwesibili kumelwe lube nesimaragidu, isafire nedayimane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 uhla lwesibili lube yisimaragidu,* nesafire,* nedayimani;*

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 emugqeni wesibili; kube yithurikhosi, yisefaya, ne-emeraldi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 28:18
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngeke kwalinganiswa negolide lase-Ofiri, neshohamu eliyigugu nesafire.


Amatshe alo ayindawo yamasafire, inothuli lwegolide.


Babona uNkulunkulu ka-Israyeli, futhi ngaphansi kwezinyawo zakhe kwakunjengomsebenzi ogandayiwe wetshe lesafire, nanjengendikimba yezulu ekukhazimuleni kwawo.


Ufake kuwo amatshe, izinhla ezine zamatshe; kufanele kube umugqa wokuqala.


Uhla lwesithathu lube yihakiki, ne-agathe, ne-amethiste;


Uhla lwesibili lwaba yisimaragidu, nesafire, nedayimani;


Izandla zakhe zinjengamasongo egolide anombala omuhle, isisu sakhe sinjengophondo lwendlovu olukhazimulayo oluhuqwe ngamasafire.


Isono sikaJuda silotshwe ngosiba lwensimbi langesihloko sedayimani; kuqoshwe etafuleni lezinhliziyo zabo nasezimpondweni zama-altare enu;


Phezu komkhathi owawuphezu kwamakhanda azo kwakukhona okufana nesihlalo sobukhosi, kufana nokubonakala kwetshe lesafire;


Ngase ngibona, bheka, emkhathini owawuphezu kwekhanda lamakherubi, kwabonakala phezu kwawo kunjengetshe lesafire, kufana nomfanekiso wesihlalo sobukhosi.


I-Aramu lalithengiselana nawe ngenxa yobuningi bempahla oyenzile; bathengisa ngawe amasimaragidi, nokububende, nokulukiweyo, nelineni elicolekileyo, namakhorali, ne-agathe.


Wawuse-Edene, insimu kaNkulunkulu; Wonke amatshe ayigugu ayeyisigqoko sakho, isardiyu, netopazi, nedayimane, nekrisolithe, neshohamu, nejaspi, nesafire, nesimaragidu, nekarbuncle, negolide; kuwe ngosuku lokudalwa kwakho.


Ohleziyo wayebonakala enjengetshe lejaspi nesardiyu, kunothingo uhaqe isihlalo sobukhosi, ufana nesimaragidu ngokubonakala.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ