Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 27:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Izinsika zalo ezingamashumi amabili nezinyawo zazo zibe ngamashumi amabili zethusi; izisekelo zezinsika namasongo azo abe yisiliva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 izinsika zalo zibe ngamashumi amabili, nezinyawo zazo zibe ngamashumi amabili zethusi; izingwegwe zezinsika nezibopho zazo zibe yisiliva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

10 izinsika zalo ezingama-20, nezisekelo zazo ezingama-20 ziyokwenziwa ngethusi; izinkintsho zezinsika nezibopho zazo zenziwe ngesiliva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 27:10
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokufanayo makube khona amakhetheni ohlangothini olusenyakatho, ubude bawo bube yizingalo eziyikhulu, nezinsika zalo ezingamashumi amabili nezinyawo zazo ezingamashumi amabili zethusi; izisekelo zezinsika namasongo azo esiliva.


Uyakwenza igceke letabernakele ohlangothini oluseningizimu, ngaseningizimu, kube khona izilenge zegceke ngelineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo, ubude bazo bube yizingalo eziyikhulu ngalapha.


nezinsika zalo eziyisihlanu nezisekelo zazo, wanameka izihloko zazo namasongo azo ngegolide, nezinyawo zazo ezinhlanu zazingezethusi.


Izinsika zawo zazingamashumi amabili, nezinyawo zazo zazingamashumi amabili zethusi; izisekelo zezinsika namasongo azo ayeyisiliva.


nezinyawo zegceke nxazonke, nezinyawo zesango legceke, nezikhonkwane zonke zetabernakele, nezikhonkwane zonke zegceke nxazonke.


Izinsika, ukuphakama kwenye insika kwakuyizingalo eziyishumi nesishiyagalombili; umucu oyizingalo eziyishumi nambili wawuzungeza; uhlonze lwalo lwaluyiminwe emine; yayiyize.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ