Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 26:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ubude bendwangu yetende eyodwa kumelwe bube yizingalo ezingamashumi amathathu, ububanzi bendwangu yetende eyodwa bube yizingalo ezine; nezindwangu zetende eziyishumi nanye kumelwe zonke zibe yisilinganiso sinye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Ubude bezilenge bube yizingalo ezingamashumi amathathu, ububanzi bezilenge bube yizingalo ezine, lezi zilenge eziyishumi nanye zilingane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Ubude bekhethini buyoba ngamakhubhithi angama-30, ububanzi balo bube ngamakhubhithi amane. Lawa makhethini ayi-11 kufanele alingane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 26:8
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ingalo ngalapha nengalo ngalapha kokuseleyo kwezindwangu zetende, ilenga emaceleni etabernakele ngapha nangapha, ukuze lilisibekele.


Ubude bendwangu yetende eyodwa bube yizingalo ezingamashumi amabili nesishiyagalombili, ububanzi bendwangu yetende bube yizingalo ezine; zonke izindwangu zetende ziyakuba nesilinganiso sinye.


Uzakwenza izindwangu zetende ngoboya bembuzi zibe yisibekelelo phezu kwetabernakele; kumelwe wenze izindwangu zamatende eziyishumi nanye.


Wohlanganisa izindwangu zetende eziyisihlanu zodwa, nezindwangu zetende eziyisithupha zihlukane, wenze indwangu yetende yesithupha ibe mibili ngaphambi kwetabernakele.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ