UEksodusi 23:8 - Contemporary Zulu Bible 20248 Akumelwe namukele noma yisiphi isipho, ngoba isipho siphuphuthekisa abahlakaniphileyo futhi siphendukezela amazwi olungile. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE8 “Awuyikwamukela isipho, ngokuba isipho siphuphuthekisa ababonayo, siphendukezele amazwi olungileyo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20208 “Awuyukwamukela ukufunjathiswa, ngokuba ukudizelwa kuyaziphuphuthekisa izikhulu, bese kuphambanisa nendlela yalabo abahamba ngokulunga. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Bhekani, ngilapha; fakazani ngami phambi kukaJehova naphambi kogcotshiweyo wakhe ukuthi ngithathe izinkomo zikabani na? noma ngithathe imbongolo kabani? kumbe ngikhohlise bani? ngicindezele bani? Ngemukele esandleni sikabani isifumbathiso ukuba ngiphuphuthekise amehlo ami ngaso na? futhi ngizokubuyisela kuwe.