UEksodusi 21:22 - Contemporary Zulu Bible 202422 Uma amadoda exabana, alimaze owesifazane okhulelweyo, size siphume kuye, nokho kungaveli lutho olubi; futhi uyakukhokha njengokunquma kwabahluleli. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE22 “Uma abantu belwa, balimaze owesifazane okhulelweyo, size siphuphume isisu sakhe, kungaveli enye ingozi kodwa, wohlawuliswa impela njengalokho indoda yomfazi iyakubeka kuye, akhokhe njengesinqumo sabahluleli. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202022 “Uma abantu belwa, balimaze owesifazane okhulelwe, aphuphunyelwe yisisu, kodwa yena angalimali ndawo, lowo muntu uyohlawuliswa njengoba indoda yalowo wesifazane inqumile ukuba ahlawule, ngokwesinqumo sabehluleli. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |