Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 2:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Wakhula umntwana, wamyisa endodakazini kaFaro, waba yindodana yayo. Wambiza uMose, wathi: “Ngokuba ngamkhipha emanzini.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Umfana wakhula, wayiswa kuyo indodakazi kaFaro, waba yindodana yayo. Yamqamba igama lokuthi uMose, ithi: “Ngokuba ngamkhipha emanzini.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

10 Umntwana wakhula, wayesemyisa endodakazini kaFaro, waba yindodana yayo; yamqamba ngokuthi nguMose, ngokuba yathi: “Ngamkhipha emanzini.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 2:10
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ingelosi kaJehova yathi kuye: “Bheka, ukhulelwe, futhi uzozala indodana, uyiqambe ngokuthi u-Ishmayeli; ngokuba uJehova uzwile ukuhlupheka kwakho.


U-Adamu wabuye wamazi umkakhe; wazala indodana, wayiqamba igama lokuthi uSeti. Ngokuba uNkulunkulu, wathi, ungimisele enye inzalo esikhundleni sika-Abela owabulala uKhayini.


Manje amadodana akho amabili, u-Efrayimi noManase, owazalelwa wona ezweni laseGibithe ngingakafiki kuwe eGibithe, angawami; njengoRubeni noSimeyoni bayakuba ngabami.


Wathumela ephezulu, wangibamba; Wangikhipha emanzini amaningi;


Indodakazi kaFaro yathi kuye: “Thatha lo mntwana omncane, ungincelisele yena, futhi ngizokunika umvuzo wakho.” Owesifazane wathatha umntwana, wamupha.


Uyakuzala indodana, uyiqambe igama lokuthi uJesu, ngokuba nguye oyakusindisa abantu bakhe ezonweni zabo.


Ukuze ahlenge abaphansi komthetho, ukuze samukele ukuma kwamadodana.


Ngokukholwa uMose esekhulile wala ukubizwa ngokuthi indodana yendodakazi kaFaro;


Bhekani uthando olungaka asinike lona uBaba lokuba sibizwe ngokuthi singabantwana bakaNkulunkulu;


Kwathi lapho sesifikile isikhathi uHana akhulelwa ngaso, wazala indodana, wayiqamba ngokuthi uSamuweli, wathi: “Ngokuba ngamcela kuJehova.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ