Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 17:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 UMose walakha i-altare, walibiza ngokuthi uJehova-Nisi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 UMose walakha i-altare, waliqamba igama lokuthi iJehova-Nisi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 UMose wakha i-althare, waliqamba ngokuthi: “uSimakade Nisi”.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 17:15
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehova wabonakala ku-Abrama, wathi: “Leli zwe ngiyakulinika inzalo yakho; wamakhela khona i-altare uJehova owabonakala kuye.


Wasuka lapho wenyukela entabeni esempumalanga kwaseBethele, wamisa itende lakhe, iBethele lingasentshonalanga ne-Ayi ngasempumalanga; wamakhela khona uJehova i-altare, wabiza igama likaJehova.


U-Abrahama waqamba leyo ndawo ngokuthi: INkosi Jire; njengoba kuthiwa kuze kube lamuhla: Entabeni yeNkosi kuzalungiselelwa.


Wamisa khona i-altare, walibiza ngokuthi i-Elohe-Israyeli.


Ubanikile ibhanela labo abakwesabayo, ukuze liphakanyiswe ngenxa yeqiniso. Sela.


UMose waloba phansi onke amazwi kaJehova, waqeda ekuseni kakhulu, wakha i-altare phansi kwentaba nezinsika eziyishumi nambili ngokwezizwe eziyishumi nambili zakwa-Israyeli.


Uyakwenza i-altare ngomuthi womtholo, ubude balo bube yizingalo eziyisihlanu, nobubanzi bube yizingalo eziyisihlanu; i-altare libe nezinhlangothi ezine ezilinganayo, ukuphakama kwalo kube yizingalo ezintathu.


U-Aroni wakubona, walakhela i-altare; u-Aroni wamemeza wathi: Kusasa kungumkhosi weNkosi.


UGideyoni wamakhela khona uJehova i-altare, walibiza ngokuthi: UJehova, ukuthula; kuze kube namuhla iseOfira lama-Abiyezeri.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ