Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 17:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ibandla lonke labantwana bakwa-Israyeli lasuka ehlane laseSini ngamabanga alo njengesiyalezo sikaJehova, lamisa eRafidimi; kwakungekho manzi okuba abantu baphuze.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ibandla lonke labantwana bakwa-Israyeli lasuka ehlane laseSini, bahamba ngamabanga njengesiyalo sikaJehova, bamisa eRefidimi; kwakungekho manzi okuba abantu baphuze.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 Lonke ibandla labantu bakwa-Israyeli lasuka ehlane iSini lahamba ngezigaba, njengokuyala kukaSimakade. Lakanisa eRefidimi, kodwa kwakungekho manzi okuba abantu baphuze.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 17:1
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UMose wayesebahola abakwa-Israyeli besuka eLwandle Olubomvu, baphuma baya ehlane laseSuri; bahamba insuku ezintathu enkangala, kabatholanga manzi.


Basuka e-Elimi, inhlangano yonke yabantwana bakwa-Israyeli yafika ehlane laseSini eliphakathi kwe-Elimi neSinayi ngosuku lweshumi nanhlanu lwenyanga yesibili emva kokuphuma kwabo ezweni laseGibithe.


Basuka eRefidimi, bafika ehlane laseSinayi, bamisa ehlane; u-Israyeli wamisa lapho phambi kwentaba.


Kwakungekho manzi enhlangano, yabuthana ngokumelene noMose no-Aroni.


Lapho ifu lisuka etabernakele, abantwana bakwa-Israyeli basuka emva kwalo; endaweni lapho ifu lihlala khona, abantwana bakwa-Israyeli bamisa khona amatende abo.


Njengomyalo weNkosi bahlala ematendeni, futhi ngokomyalo weNkosi bahamba;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ