Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 16:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Kwathi abantwana bakoIsrayeli bekubona bathi omunye komunye: Leli yimana, ngoba babengazi ukuthi liyini. Wayesethi uMose kubo: “Lesi yisinkwa uJehova aninike sona ukuba nisidle.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Bakubona abantwana bakwa-Israyeli, bathi omunye komunye: “Yini le?” ngokuba babengazi ukuthi kuyini. UMose wathi kubo: “Kuyisinkwa uJehova aninike sona ukuba nisidle.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 Lapho abantu bakwa-Israyeli belubona, bakhuluma omunye komunye, bathi: “Kuyini lokhu na?” Ngokuba babengazi ukuthi kwakuyini lokho. UMose wathi kubo: “Yisinkwa uNkulunkulu aninike sona ukuba nisidle.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 16:15
19 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehova wayesethi kuMose: “Bheka, ngizakuninisela isinkwa esivela ezulwini; futhi abantu kumelwe baphume futhi baqoqe inani elithile nsuku zonke, ukuze ngibavivinye ukuthi bayohamba yini emthethweni wami noma cha.


Leso yisinkwa esehla ezulwini, kungenjengalokho oyihlo badla imana, bafa; odla lesi sinkwa uyakuphila phakade.


Indlu ka-Israyeli yaqamba igama lakho ngokuthi imana, futhi yayimhlophe njengembewu yekoriyanderi; ukunambitheka kwayo kwakunjengezinyosi ezenziwe ngoju.


Wakuthobisa, wakulambisa, wakupha imana ongalazi, noyihlo ababengalazi; ukuze akwazise ukuthi umuntu akaphili ngesinkwa sodwa, kodwa ngamazwi onke aphuma emlonyeni kaJehova.


Wabanika nomoya wakho omuhle ukubafundisa, awugodlanga imana lakho emlonyeni wabo, wabanika amanzi ngokoma kwabo.


Wabapha isinkwa sasezulwini ngenxa yokulamba kwabo, wabakhiphela amanzi edwaleni ngokoma kwabo, wabathembisa ukuthi bayakungena ukulidla izwe owafunga ngesifungo ukubanika lona.


Imana lanqamuka ngangomuso sebedlile ukolweni wezwe; abantwana bakwa-Israyeli ababa naso imana; kepha badla ezithelweni zezwe laseKhanani ngalowo mnyaka.


owakupha ehlane imana oyihlo ababengayazi, ukuba akuthobise, akuvivinye, akwenzele okuhle ekupheleni kwakho;


Abantu bakhuluma kabi ngoNkulunkulu nangoMose, bathi: “Nisikhuphuleleni eGibithe ukuba sifele ehlane na? ngokuba akukho sinkwa namanzi; umphefumulo wethu uyasenyanya lesi sinkwa esilula.


UMose wathi ku-Aroni: “Thatha imbiza, ubeke kuyo imana, uyibeke phambi kukaJehova, igcinelwe izizukulwane zenu.


Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni; Onqobayo ngiyakumnika ukuba adle imana elifihliweyo, ngimnike itshe elimhlophe, nasetsheni igama elisha elilotshiwe, elingaziwa muntu, kuphela owemukelayo.


eyayinomcengezi wegolide wempepho, nomphongolo wesivumelwano unamekwe ngegolide nxazonke, okwakukhona kuwo imbiza yegolide eyayinemana, nenduku ka-Aroni eyahlumayo, nezibhebhe zesivumelwano;


Ngokuba konke lokho izizwe zomhlaba ziyakudinga; uYihlo uyazi ukuthi niyakudinga lokho.


Wozani nidle isinkwa sami, niphuze iwayini engilixubileyo.


Wanisa imana phezu kwabo ukuba badle, wabanika okusanhlamvu kwezulu.


Abantu bacela, waletha izigwaca, wabasuthisa ngesinkwa sasezulwini.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ