Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 14:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Kwasekubikwa enkosini yeGibhithe ukuthi abantu babalekile, lenhliziyo kaFaro leyenceku zakhe yabaphendukela abantu, bathi: Sikwenzeleni lokhu, ukuthi senze uIsrayeli ahambe asikhonze?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Inkosi yaseGibithe yabikelwa ukuthi abantu sebebalekile; inhliziyo kaFaro neyezinceku zakhe yabaguqukela abantu, bathi: “Yini lokhu esikwenzileyo, sabavumela abakwa-Israyeli ukuba bahambe, bangasikhonzi, na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Yabikelwa inkosi yaseGibhithe ukuthi abantu babalekile. UFaro nezinceku zakhe baguqula umqondo mayelana nabantu, bathi: “Yini le esiyenzileyo ukuba sikhulule abakwa-Israyeli bangabe besasisebenzela na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 14:5
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi ngosuku lwesithathu uLabani watshelwa ukuthi uJakobe ubalekile.


Waguqula izinhliziyo zabo ukuba bazonde abantu bakhe, baziphathe ngobuqili izinceku zakhe.


AbaseGibithe babancenga abantu ukuba babakhiphe ngokushesha ezweni; ngoba bathi: Sesifile sonke.


Ngiyakuyenza lukhuni inhliziyo kaFaro ukuba abalandele; ngiyakudunyiswa phambi kukaFaro naphezu kwempi yakhe yonke; ukuze abaseGibithe bazi ukuthi nginguJehova. Benza kanjalo.


Walungisa inqola yakhe, wathatha abantu bakhe wahamba naye.


Isitha sathi: Ngiyakubaxosha, ngifice, ngahlukanise impango; ukunxanela kwami kuyakwaneliswa phezu kwabo; ngiyakuhosha inkemba yami, isandla sami sibachithe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ