Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 13:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Kodwa uNkulunkulu wabajikelezisa abantu endleleni eya ehlane loLwandle LwaseShelefu; abantwana bakwa-Israyeli bakhuphuka ezweni laseGibithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Kepha uNkulunkulu wabagwegwisa abantu ngendlela yasehlane ngaseLwandle Olubomvu; abantwana bakwa-Israyeli bakhuphuka ezweni laseGibithe behlomile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 UNkulunkulu wenza ukuba abantu bahambe ngendlela ethathelayo yasehlane ebheke oLwandle Lomhlanga. Abantu bakwa-Israyeli baphuma eGibhithe bezilungiselele impi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 13:18
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJosefa wasefungisa abantwana bakoIsrayeli, wathi: UNkulunkulu uzalilalela lokulilalela, njalo lizakhupha amathambo ami lapho.


Wabahola ngendlela eqondileyo, ukuze baye emzini wokuhlala.


Kuyena owahola abantu bakhe ehlane, ngokuba umusa wakhe umi phakade.


Umhlaba wazamazama, nezulu lawa phambi kukaNkulunkulu; iSinayi lathuthumela phambi kukaNkulunkulu, uNkulunkulu ka-Israyeli.


Kwathi ngalona lolo suku uJehova ekhipha abantwana bakwa-Israyeli ezweni laseGibithe ngamabandla abo.


Yisho kubantwana bakwa-Israyeli ukuba baphenduke, bamise ngaphambi kwePhihagiroti, phakathi kweMigidoli nolwandle, malungana neBali Sefoni; ngalokho uyakumisa ngaselwandle.


AbaseGibithe babaxosha, amahhashi onke, nezinqola zikaFaro, nabamahhashi bakhe, nempi yakhe, babafica ababemise ngaselwandle ngasePhi-hagiroti ngaphambi kweBali Sefoni.


Kodwa akumelwe azandisele amahhashi futhi angavumeli abantu babuyele eGibhithe ukuze andise amahhashi;


Wamfumana ezweni eliyihlane nasehlane eliklabalasayo; wamyisa nxazonke, wamyala, wamlondoloza njengenhlamvu yeso lakhe.


Umkenu, nabantwana benu, nemfuyo yenu kuyakuhlala ezweni uMose aninika lona phesheya kweJordani; kodwa kufanele nidlule nihlomile phambi kwabafowenu, wonke amaqhawe anesibindi, futhi nibasize;


Abantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi nenxenye yesizwe sakwaManase badabula behlomile phambi kwabantwana bakwa-Israyeli, njengalokho uMose wakhuluma kubo.


Kwadabula phambi kukaJehova kungathi izinkulungwane ezingamashumi amane ezihlomele ukulwa emathafeni aseJeriko.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ