Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 12:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 UFaro wavuka ebusuku, yena nazo zonke izinceku zakhe namaGibhithe onke; kwaba khona ukukhala okukhulu eGibithe; ngoba kwakungekho ndlu lapho okwakungekho ofileyo khona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 UFaro wavuka ebusuku, yena nezinceku zakhe zonke, nabo bonke abaseGibithe; kwaba khona ukukhala okukhulu eGibithe, ngokuba kwakungekhondlu, lapho kungafanga muntu khona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

30 UFaro wavuka ebusuku nezinceku zakhe nabo bonke abaseGibhithe, ngokuba kwakunesililo esikhulu eGibhithe kungekho muzi okwakungafanga muntu kuwo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 12:30
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wenza indlela yolaka lwakhe; Akawuyekanga umphefumulo wabo ekufeni, kepha wanikela ukuphila kwabo esibethweni;


Wathi kubo: “INkosi mayibe nani, njengokuba ngizakunikhulula nina nabantwana benu; ngoba ububi buphambi kwakho.


Kuyakuba khona isililo esikhulu ezweni lonke laseGibithe, esingakaze sibe khona, nesingayikuba khona.


Ovala izindlebe zakhe ekukhaleni kompofu uyakukhala, kepha akayikuzwakala.


Zonke izivini ziyakukhala, ngokuba ngiyakudabula phakathi kwakho,” usho uJehova.


Isifo sahamba phambi kwakhe, namalahle avuthayo aphuma ezinyaweni zakhe.


Kepha phakathi kobusuku kwamenyezwa ukuthi: ‘Nangu umyeni; phumani niyomhlangabeza.


Ngokuba ukwahlulela okungenasihawu uyakuba nomusa; nesihawu siyathokoza ekwahlulelweni.


Abantu abangafanga bashaywa ngesijeziso, nokukhala komuzi kwenyukela ezulwini.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ