Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 11:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Kuyakuba khona isililo esikhulu ezweni lonke laseGibithe, esingakaze sibe khona, nesingayikuba khona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Kuyakuba khona ukukhala okukhulu ezweni lonke laseGibithe, okungazange kube khona okungangako, okungasayikuba khona futhi okungangako.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 Kuzokuba nesililo esikhulu, esingakaze sibe khona, futhi esingayukuphinde sibe khona kulo lonke iGibhithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 11:6
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kodwa akuyikubakho inja eyakunyakazisa ulimi lwayo komunye wabantwana bakwa-Israyeli, kumuntu noma esilwaneni, ukuze nazi ukuthi uJehova uyahlukanisa phakathi kweGibhithe no-Israyeli.


UFaro wavuka ebusuku, yena nazo zonke izinceku zakhe namaGibhithe onke; kwaba khona ukukhala okukhulu eGibithe; ngoba kwakungekho ndlu lapho okwakungekho ofileyo khona.


UJehova wathi: “Ngikubonile nokukubona ukuhlupheka kwabantu bami abaseGibithe, nokukhala kwabo ngezinceku zabo ngikuzwile; ngokuba ngiyazazi izinsizi zabo;


Bheka, kusasa ngalesi sikhathi ngiyakunisa isichotho esinzima kakhulu, esingakaze sibe khona eGibithe kusukela ekusekelweni kwalo kuze kube manje.


Ovala izindlebe zakhe ekukhaleni kompofu uyakukhala, kepha akayikuzwakala.


Ngokuba isililo sazungeza imikhawulo yakwaMowabi; ukukhala kwakhe kwaze kwaba se-Eglayimi, nokukhala kwakhe kwaze kwaba seBerelimi.


Ngalolo suku iGibithe liyakuba njengabesifazane, lithuthumele, lesabe ngenxa yokuzamazama kwesandla sikaJehova Sebawoti asinyakazisa phezu kwalo.


Usho kanje uJehova, uthi: “Izwi liyezwakala eRama, ukulila nokukhala okumunyu; URaheli owayekhalela abantwana bakhe wala ukududuzwa ngabantwana bakhe ngoba bengekho.


Noma ngimemeza ngimemeza, akawuvali umkhuleko wami.


Zonke izivini ziyakukhala, ngokuba ngiyakudabula phakathi kwakho,” usho uJehova.


Ngalolo suku, usho uJehova, kuyakuba khona umsindo wokukhala eSangweni Lezinhlanzi, nokukhala kwelesibili, nomsindo omkhulu ovela ezintabeni.


Lapho kuyakuba khona ukukhala nokugedla amazinyo, nxa senibona o-Abrahama, no-Isaka, noJakobe, nabaprofethi bonke embusweni kaNkulunkulu, kepha nina nikhishelwe ngaphandle.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ