Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 10:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Ake nithethelele isono sami kanye nje, nincenge uJehova uNkulunkulu wenu ukuba asuse lokhu kufa kimi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Ngalokho ake nithethelele isono sami ngalesi sikhathi esisodwa nje, nincenge uJehova uNkulunkulu wenu ukuba asuse kimi lokhu kufa kuphela.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 Ngithetheleleni isono sami ngalesi sikhathi nje esisodwa, ningikhulekele kuSimakade uNkulunkulu wenu ukuze asuse lokhu kufa phezu kwami.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 10:17
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi yasiphendula yathi kulowo muntu kaNkulunkulu: “Nceda ubuso bukaJehova uNkulunkulu wakho, ungikhulekele ukuba siphiliswe isandla sami.” Lowo muntu kaNkulunkulu wamncenga uJehova, isandla senkosi sambuyisela, saba njengakuqala.


Base baphakela amadoda ukuba adle. Kwathi besadla, bakhala, bathi: “O muntu kaNkulunkulu, kukhona ukufa embizeni; Futhi abakwazanga ukudla kuwo.


Wayesethi uFaro: “Ngiyakunivumela ukuba nihambe, nihlabele uJehova uNkulunkulu wenu ehlane; kodwa akumelwe nihambe kakhulu; ngikhulekeleni.


Amaxoxo ayakukhuphukela kuwe nakuzo abantu bakho nakuzo zonke izinceku zakho.


UFaro wayesebabiza oMose no-Aroni, wathi: “Ncengani uJehova ukuba asuse amasele kimi nakubantu bami; ngiyakubavumela abantu ukuba bahambe, bahlabele uJehova.


UFaro wayesethuma wabiza oMose no-Aroni, wathi kubo: “Ngonile ngalesi sikhathi; uJehova ulungile, mina nabantu bami sibabi.


Khulekani eNkosini (ngoba sekwanele) ukuthi kungabe kusaba khona ukuduma okukhulu lesichotho; ngiyakunivumela ukuba nihambe, ningabe nisahlala.


Jehova, ekuhluphekeni bakuhambela, bathulula umkhuleko ekujeziseni kwakho phezu kwabo.


Ngalokho abantu beza kuMose, bathi: “Sonile, ngokuba sikhulume kabi ngoJehova nangawe; khuleka kuJehova ukuba asuse izinyoka kithi. UMose wabakhulekela abantu.


USimoni waphendula wathi: “Ngikhulekeleni nina eNkosini ukuba kungenzeki lutho lwalokhu enikushilo.


Kepha ngiyanincenga, bazalwane, ngenxa yeNkosi uJesu Kristu, nangenxa yothando lukaMoya, ukuba nikhuthale kanye nami emikhulekweni yenu kuNkulunkulu ngenxa yami;


Owasikhulula ekufeni okungaka, njalo uyasikhulula;


Thethelela isono sami, ubuye nami, ukuze ngikhonze uJehova.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ