2 ORubeni, noSimeyoni, noLevi, noJuda,
2 ngoRubeni, noSimeyoni, noLevi, noJuda,
2 uRubeni, uSimeyoni, uLevi, uJuda,
U-Israyeli esehlezi kulelo zwe, uRubeni waya walala noBiliha isancinza sikayise; u-Israyeli wezwa. Amadodana kaJakobe ayeyishumi nambili;
Lawa angamadodana kaBiliha uLabani amnika uRaheli indodakazi yakhe; wamzalela wona uJakobe; yonke imiphefumulo yayiyisikhombisa.
Lawa angamagama abantwana bakwa-Israyeli abafika eGibithe; bonke beza noJakobe kanye nendlu yakhe.
u-Isakare, uZebuloni, noBenjamini,
Lawa angamagama amadoda ayakuma nani: esizweni sakwaRubeni; u-Elisuri indodana kaSedewuri.