Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 9:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ngasithatha isono senu, ithole enalenza, ngalishisa ngomlilo, ngaligxoba, ngalicolisisa, laze lacoleka njengothuli; ngase ngiluphonsa uthuli lwalo emfudlaneni ophuma entabeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ngase ngithatha isono senu, ithole enanilenzile, ngalishisa ngomlilo, ngaligxoba, ngaligayisisa laze laba njengothuli, ngaphonsa uthuli lwalo emfudlaneni owehla entabeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

21 Ngase ngithatha isono senu, ithole enanilenzile, ngalishisa ngomlilo, ngaligxoba, ngaligayisisa laze laba njengothuli, ngaphonsa uthuli lwalo emfudlaneni owehla entabeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 9:21
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Futhi nonina uMaga, naye wasusa ekubeni yindlovukazi, ngoba wenza isithombe esibaziweyo esihlahleni; u-Asa wachitha isithombe sakhe, wasishisa emfudlaneni iKidroni.


Esewabhidlizile ama-altare neziqu zemithi, ecolile izithombe ezibaziweyo zaba uthuli, wanquma zonke izithombe ezweni lonke lakwa-Israyeli, wabuyela eJerusalema.


Wathatha ithole ababelenzile, walishisa ngomlilo, walichoboza, walifafaza phezu kwamanzi, wabaphuzisa abantwana bakwa-Israyeli.


Kumelwe ningcolise isembozo sezithombe zenu ezibaziweyo zesiliva nomhlobiso wezithombe zenu ezibunjiwe zegolide; uthi kuyo: Hamba.


Ngokuba ngalolo suku bayakulahla, kube yilowo nalowo izithombe zakhe zesiliva nezithombe zakhe zegolide, ezoniswe ngazo izandla zenu.


Ngokuba u-Efrayimi wandisa ama-altare ukuba one, ama-altare ayakuba ngezono ngawo.


Zonke izithombe zakhe ezibaziweyo ziyakwaphulwa, nayo yonke inkokhelo yakhe iyakushiswa ngomlilo, nazo zonke izithombe zakhe ezibaziweyo ngizenze incithakalo; ngoba ikubuthile emvuzweni yesifebe, njalo bazabuyela enkokhelweni yesifebe.


UJehova wamthukuthelela kakhulu u-Aroni, waze wambhubhisa; futhi ngamkhulekela u-Aroni ngaleso sikhathi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ