Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 4:49 - Contemporary Zulu Bible 2024

49 nethafa lonke ngaphesheya kweJordani ngasempumalanga kuze kufike olwandle lwaseThafeni phansi kwemithombo yasePisga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

49 nalo lonke i-Araba ngaphesheya kweJordani ngasempumalanga, kuze kube seLwandle lwase-Araba phansi kwemithambeka yasePisiga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

49 nalo lonke i-Araba, phesheya kweJordani ngasempumalanga, kuze kube solwandle i-Araba phansi kwemithambeka iPhisiga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 4:49
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesethi kimi: “Lawa manzi aphuma aye ezweni lasempumalanga, ehlele ehlane, aye olwandle;


nethafa neJordani nomkhawulo walo, kusukela eKinereti kuze kube selwandle lwasemathafeni, uLwandle Lukasawoti, phansi kwe-Ashidodi nePhisiga ngasempumalanga.


UMose wakhuphuka emathafeni akwaMowabi, waya entabeni yaseNebo esiqongweni sasePisiga esibhekene neJeriko. UJehova wambonisa lonke izwe lakwaGileyadi kwaDani;


kusukela e-Aroweri ephezu komfula i-Arinoni, kuze kufike entabeni yaseSiyoni eyiHermoni,


UMose wabiza wonke u-Israyeli, wathi kubo: “Yizwa, Israyeli, izimiso nezahlulelo engizikhuluma ezindlebeni zenu namuhla ukuba nifunde, nizigcine, nizenze.


neBeti Peyori, ne-Ashidoti iPisiga, neBeti Jesimoti,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ