Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 4:42 - Contemporary Zulu Bible 2024

42 ukuze umbulali abalekele khona, owabulala umakhelwane wakhe engazi, engamzondanga ngaphambili; ukuze abalekele komunye walemizi aphile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

42 ukuba umbulali abalekele khona, obulala umakhelwane wakhe kungengamabomu, ebekade engamzondi, wothi aphile uma ebalekela komunye waleyo mizi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

42 ukuba umbulali abalekele khona, obulala umakhelwane wakhe engahlosile, ebekade engamzondi, uyophila uma ebalekela komunye waleyo mizi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 4:42
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Futhi phakathi kwemizi eniyoyinika amaLevi, kumelwe kube nemizi eyisithupha yesiphephelo, eniyoyimisela umuntu obulele, ukuze abalekele khona; naphezu kwalokho niyakwenezela imizi engamashumi amane nambili.


UMose wanquma imizi emithathu ngaphesheya kweJordani ekuphumeni kwelanga;


EBeseri ehlane ethafeni lakwaRubeni; neRamoti yakwaGileyadi kwaGadi; neGolan eBashan, kwabakwaManase.


ukuze, ngezinto ezimbili ezingaphendukiyo, okungekwenzeki ukuthi uNkulunkulu aqambe amanga ngazo, sibe lenduduzo elamandla thina esibalekeleyo ukuze sibambe ithemba elibekwe phambi kwethu;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ