Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 32:33 - Contemporary Zulu Bible 2024

33 Iwayini labo liwubuthi bamakhanka nobuhlungu obunzima bamabululu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 iwayini labo liyisihlungu sawodrako,* lingubuthi obesabekayo bamabululu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

33 Iwayini labo liyisihlungu sezinyoka, lingubuthi bemfezi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 32:33
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Balola ulimi lwabo njengenyoka; isihlungu samabululu siphansi kwezindebe zabo. Sela.


abangalilaleli izwi labathakathi, abangakaze balumbi ngokuhlakanipha.


Sihlalelani? buthanani, singene emizini ebiyelweyo, sithule khona, ngokuba uJehova uNkulunkulu wethu usithulisile, wasinika inyongo ukuba sinathe, ngokuba sonile kuJehova.


Umphimbo wabo uyithuna elivulekileyo; ngolimi lwabo basebenzisa inkohliso; ubuthi bezinyoka buphansi kwezindebe zabo;


Ngokuba umvini wabo ungowomvini waseSodoma nowamasimu aseGomora; izithelo zomvini zabo ziyizithelo zenyongo, amahlukuzo abo ayababa;


Akubekelwanga yini kimi, kwabekwa uphawu phakathi kwengcebo yami na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ