UDuteronomi 32:20 - Contemporary Zulu Bible 202420 Wathi: “Ngiyakubafihlela ubuso bami, ngibone ukuthi ukuphela kwabo kuyakuba yini; ngoba bayisizukulwane esibi kakhulu, abantwana abangenakholo kubo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE20 Wayesethi: ‘Ngiyakubafihlela ubuso bami, ngibone ukugcina kwabo ukuthi kuyakuba yini; ngokuba bayisizwe esiphambeneyo, abantwana okungekho kubo ukukholwa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202020 Wathi: ‘Ngizobufihla ubuso bami kubo, ngibone ukuthi sizoba yini isiphetho sabo; ngokuba bayisizukulwane esiphambeneyo, nabantwana okungekho ukwethembeka kubo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |