Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 3:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Khuphukela esiqongweni sasePisiga, uphakamisele amehlo akho ngasentshonalanga, nasenyakatho, naseningizimu, nasempumalanga, ukubone ngamehlo akho, ngokuba awuyikuliwela leli Jordani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Khuphukela esiqongweni sasePisiga, uphakamisele amehlo akho ngasentshonalanga, nangasenyakatho, nangaseningizimu, nangasempumalanga, ulibheke ngamehlo akho, ngokuba awuyikuliwela leli Jordani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

27 Khuphukela esicongweni iPhisiga, uphakamisele amehlo akho ngasentshonalanga, enyakatho, eningizimu, nangasempumalanga, uzibonele ngokwakho, ngokuba awuyukuliwela leli Jordani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 3:27
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

INkosi yasisithi kuMozisi lakuAroni: Ngoba lingakholwanga kimi ukungingcwelisa phambi kwamehlo abantwana bakoIsrayeli, ngakho kaliyikungenisa lelibandla elizweni engilinika lona.


Yamyisa ensimini yaseSofimi esiqongweni sasePisga, wakha ama-altare ayisikhombisa, wanikela ngenkunzi nangenqama kulelo nalelo altare.


UJehova wayesethi kuMose: “Khuphukela le ntaba yase-Abarimi, ubheke izwe engilinike abantwana bakwa-Israyeli.


UJehova wangithukuthelela ngenxa yenu, wathi: ‘Nawe awuyikungena khona.


Wathi kubo: “Namuhla ngineminyaka eyikhulu namashumi amabili; Angisakwazi ukungena nokuphuma; uJehova wathi kimi: “Awuyikuliwela leli Jordani.”


Khuphukelani le ntaba yase-Abarimi entabeni yaseNebo esezweni lakwaMowabi ebhekene neJeriko; futhi ubheke izwe laseKhanani engilinika abantwana bakwa-Israyeli njengefa.


Kodwa uzalibona ilizwe phambi kwakho; kepha awuyikungena khona ezweni engilinika abantwana bakwa-Israyeli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ