Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 3:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Leli zwe esalidla ngaleso sikhathi, kusukela e-Aroweri engasemfuleni i-Arinoni, nengxenye yezintaba zakwaGileyadi nemizi yalo ngalinika abakwaRubeni nabakwaGadi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 “Lelo zwe salidla ngaleso sikhathi; izwe elisukela e-Aroweri elisesigodini sase-Arinoni, nenxenye yezintaba zakwaGileyadi, nemizi yalo, sabanika khona abakwaRubeni nabakwaGadi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 “Leli lizwe salidla ngaleso sikhathi; izwe elisukela e-Aroweri elisesigodini i-Arinoni, nengxenye yelezintaba kwaGileyadi, nemizi yalo, sakunika abakwaRubeni nabakwaGadi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 3:12
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kusukela eJordani ngasempumalanga, lonke izwe lakwaGileyadi, labakwaGadi, nabakwaRubeni, nabakwaManase, kusukela e-Aroweri engasemfuleni i-Arinoni, kuze kufike eGileyadi naseBashani.


UMose walinika uMagire indodana kaManase iGileyadi; wahlala kulo.


Kusukela e-Aroweri eliseceleni komfula i-Arinoni, nokusukela emzini oseceleni komfula kuze kufike kwaGileyadi, akubangakho umuzi owawunamandla kunathi; uJehova uNkulunkulu wethu usinike konke.


Senifikile kule ndawo, uSihoni inkosi yaseHeshiboni no-Ogi inkosi yaseBashani baphuma ukulwa nathi, sabahlula;


Salithatha izwe labo, salinika abakwaRubeni nabakwaGadi nenxenye yesizwe sakwaManase njengefa.


Enye insali yakwaGileyadi, nalo lonke iBashani elalingumbuso ka-Ogi, nganika ingxenye yesizwe sakwaManase; sonke isifunda sase-Arigobi, nalo lonke iBashani, elalibizwa ngokuthi izwe lamaRefa.


kusukela e-Aroweri ephezu komfula i-Arinoni, kuze kufike entabeni yaseSiyoni eyiHermoni,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ