UDuteronomi 29:23 - Contemporary Zulu Bible 202423 Lonke izwe lalo liyisibabule nosawoti nokuvutha, ukuthi lingahlwanyeli, lingazali, kungabikho tshani obumila kulo, njengokuchithwa kweSodoma neGomora, i-Adima neSeboyimi uJehova ayichitha ekubhujisweni kwayo. Ulaka nolaka lwakhe; အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE23 nezwe lonke langakhona ukuthi lishisiwe, liyisibabule nosawoti, lingenakutshalwa, lingenakho okumilayo, lingenambali ekhahlelayo, linjengokuchithwa kweSodoma neGomora neSeboyimi achithwa nguJehova ngentukuthelo yakhe nangolaka lwakhe; အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202023 lonke izwe lakhona lishiswe ngesibabule nosawoti, akunakutshalwa kulo, akukhuli lutho kulo, akumili lutho oluluhlaza, linjengokubhujiswa kweSodoma neGomora neZebhoyimi okwabhujiswa nguSimakade ngentukuthelo yakhe nangolaka lwakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |