Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 28:47 - Contemporary Zulu Bible 2024

47 Ngoba anikhonzanga uJehova uNkulunkulu wenu ngentokozo langokuthokoza kwenhliziyo ngenxa yobuningi bezinto zonke;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

47 Lokhu ungamkhonzanga uJehova uNkulunkulu wakho ngokujabula nangokwenama kwenhliziyo ngenxa yobuningi bezinto,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

47 ngokuba awumkhonzanga uSimakade uNkulunkulu wakho ngokujabula nangokwenama kwenhliziyo, ngenxa yobuningi bezinto.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 28:47
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kodwa bazakuba yizinceku zakhe; ukuze bazi inkonzo yami lenkonzo yemibuso yamazwe.


Mkhonzeni uJehova ngokuthokoza; yizani phambi kobuso bakhe ngokuthokoza.


Uthokoze phambi kukaJehova uNkulunkulu wakho, wena nendodana yakho, nendodakazi yakho, nenceku yakho, nencekukazi yakho, nomLevi osemasangweni akho, nomfokazi, nentandane, nomfelokazi ophakathi kwakho kuleyo ndawo. UJehova uNkulunkulu wakho ayikhethileyo ukumisa igama layo khona.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ