Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 28:41 - Contemporary Zulu Bible 2024

41 Lizazala amadodana lamadodakazi, kodwa kaliyikuthokoza ngakho; ngoba bayakuthunjwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 Uyakuzala amadodana namadodakazi, kepha awayikuba ngawakho, ngokuba ayakuthunjwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

41 Uyakuzala amadodana namadodakazi, kodwa awayukuba ngawakho, ngokuba ayakuthunjwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 28:41
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Yathumba lonke iJerusalema, nazo zonke izikhulu, nawo onke amaqhawe anamandla, abathunjwa abayizinkulungwane eziyishumi, nabo bonke abathengisi, nabakhandi bensimbi; akwasala muntu, kuphela abantu bezwe abampofu kakhulu.


Abantwana bakwa-Israyeli bathumba abesifazane abayizinkulungwane ezingamakhulu amabili, amadodana namadodakazi abafowabo, bathatha nempango eningi kubo, bayiletha impango eSamariya.


Abayikushikashikela ize, bazalele izinhlupheko; ngokuba bayinzalo yababusisiweyo bakaJehova, nenzalo yabo inabo.


UJehova ulungile; ngokuba ngahlubuka emyalezweni wakhe.


Izitha zalo zinkulu, izitha zalo zinothile; ngokuba uJehova walicindezela ngenxa yobuningi beziphambeko zalo; abantwana bakhe bathunjwa phambi kwesitha.


Inkosi yasikhuluma ku-Aspenasi induna yabathenwa bakhe ukuthi alethe abanye babantwana bakoIsrayeli labenzalo yenkosi leyeziphathamandla;


Zenzele-ze, uzikhethele wena kubantwana bakho onobubele; khulisa impandla yakho njengokhozi; ngoba bamukile kuwe ekudingisweni.


Amadodana akho namadodakazi akho ayonikwa esinye isizwe, futhi amehlo akho ayobabheka futhi aphele amandla usuku lonke, futhi ngeke kube namandla esandleni sakho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ