Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 28:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Zonke lezi zibusiso ziyakufika phezu kwakho, zikufice, uma ulilalela izwi likaJehova uNkulunkulu wakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Zonke lezi zibusiso ziyakufika phezu kwakho, zikufice, uma ulilalela izwi likaJehova uNkulunkulu wakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Zonke lezi zibusiso ziyokwehlela kuwe, kube ngezakho, uma ulalela izwi likaSimakade uNkulunkulu wakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 28:2
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bhekani, kanjalo umuntu owesaba uJehova uyakubusiswa.


Kepha amazwi ami nezimiso zami engayala ngakho izinceku zami abaprofethi, akubambanga yini koyihlo na? babuya, bathi: “Njengokuba uJehova Sebawoti wayehlosile ukwenza kithi njengezindlela zethu nezenzo zethu, wenze njalo kithi.


Isibusiso, uma nilalela imiyalo kaJehova uNkulunkulu wenu enginiyala ngayo namuhla:


Kepha uma ungalilaleli izwi likaJehova uNkulunkulu wakho, ugcine yonke imiyalo yakhe nezimiso zakhe engikuyala ngakho namuhla; ukuze zonke lezi ziqalekiso zehlele phezu kwakho, zikufice;


Zonke lezi ziqalekiso ziyakufika phezu kwakho, zikusukele, zikufice, uze ubhujiswe; ngokuba awulilalelanga izwi likaJehova uNkulunkulu wakho ukugcina imiyalo yakhe nezimiso zakhe akuyale ngakho.


Ngokuba ukuqeqesha umzimba kusiza kancane, kepha ukumesaba uNkulunkulu kusiza ezintweni zonke, kunesithembiso salokhukuphila, nalokho okuzayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ