Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 27:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Bamelwe ukuma entabeni yaseGerizimu ukuze babusise abantu lapho niwela iJordani; oSimeyoni, noLevi, noJuda, no-Isakare, noJosefa, noBenjamini;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 “Laba bayakuma entabeni yaseGerizimu ukubusisa abantu, lapho seniwelile iJordani: oSimeyoni, noLevi, noJuda, no-Isakare, noJosefa, noBenjamini;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 “Yilaba abazoma entabeni iGerizimu, babusise abantu ngesikhathi seniliwelile iJordani: uSimeyoni, uLevi, uJuda, u-Isakhare, uJosefa, noBhenjamini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 27:12
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesethi uLeya: “UNkulunkulu unginikile umvuzo wami, lokhu ngamnika umyeni wami incekukazi yami; waqamba igama layo ngokuthi u-Isakare.


Waqamba igama layo ngokuthi uJosefa; wathi: INkosi izakwengezelela enye indodana kimi.


Kwathi umphefumulo wakhe usaphuma, ngokuba wafa, waqamba igama layo ngokuthi uBenoni; kepha uyise wayiqamba ngokuthi uBenjamini.


U-Israyeli esehlezi kulelo zwe, uRubeni waya walala noBiliha isancinza sikayise; u-Israyeli wezwa. Amadodana kaJakobe ayeyishumi nambili;


Bayakuma entabeni yase-Ebali ukuba baqalekise; uRubeni, noGadi, no-Asheri, noZebuloni, noDani, noNafetali.


Lapho sebemtshela uJothamu, wahamba wema esiqongweni sentaba iGerizimu, waphakamisa izwi lakhe, wamemeza, wathi kubo: “Ngizweni nina bemi baseShekemi, ukuze uNkulunkulu anizwe.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ