Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 21:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Khona-ke kumelwe umlethe endlini yakho; kumelwe aphuce ikhanda lakhe futhi anqume izinzipho zakhe;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 myise ekhaya, aphucule ikhanda lakhe, asike izinzipho zakhe,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 uyomyisa ekhaya lakho; uyakuphuca ikhanda lakhe, anqume izinzipho zakhe,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 21:12
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lowo oyakuhlanjululwa kumelwe ahlanze izingubo zakhe, aphuce zonke izinwele zakhe, ageze ngamanzi, ukuze ahlambuluke; emva kwalokho uyakungena ekamu, ahlale kasikhombisa etendeni lakhe izinsuku.


Kodwa ngosuku lwesikhombisa kumelwe aphuce zonke izinwele zakhe zekhanda lakhe nesilevu sakhe namashiya akhe, yebo, zonke izinwele zakhe kumelwe aphuce; kumelwe ahlanze izingubo zakhe, ageze nomzimba wakhe ngamanzi, abe ohlanzekile.


Uma umuntu efa ngokuzumayo ngenxa yakhe, wangcolisa ikhanda lobuNaziri bakhe; khona-ke kumelwe aphuce ikhanda lakhe ngosuku lokuhlanjululwa kwakhe; ngosuku lwesikhombisa kumelwe aliphuce.


Kodwa yilowo nalowo wesifazane okhuleka noma eprofetha ikhanda lakhe lingagutshuzelwe uhlazisa ikhanda lakhe, ngokuba lokho kufana nokuthi uphuciwe.


ukuba nikhumule maqondana nenkambo yakuqala umuntu omdala, owonakala ngezinkanuko zenkohliso;


Futhi ubone phakathi kweziboshwa owesifazane omuhle, futhi umfise, ukuthi umfunele umkakho;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ