Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 2:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Sekuyisikhathi eside niyizungeza le ntaba; jikelani enyakatho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 ‘Sekuyisikhathi niyizungeza le ntaba; phendukani, niye ngasenyakatho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 ‘Sekwanele ukuba nilokhu nizungeza le ntaba; phendukani, nilibangise enyakatho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 2:3
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Noma ifu lalihlala phezu kwetabernakele izinsuku ezimbili, noma inyanga, noma unyaka, abantwana bakwa-Israyeli bahlala ematendeni abo, abasukanga; kodwa kwathi selinyuswa basuka.


UJehova uNkulunkulu wethu wakhuluma kithi eHorebe, wathi: “Senihlale isikhathi eside kule ntaba.


Isikhathi esahamba ngaso sisuka eKadeshi-bharineya saze sawela umfudlana iSeredi, sasiyiminyaka engamashumi amathathu nesishiyagalombili; saze saqedwa sonke isizukulwane samadoda okulwa phakathi kwempi, njengokukhuluma kukaJehova kubo ngesifungo.


Yala abantu, uthi: Niyakudabula umkhawulo wabafowenu, abantwana bakwa-Esawu, abahlala eSeyiri; bayakunesaba; khona-ke zinakekeleni.


Ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho ukubusisile emsebenzini wonke wesandla sakho; Uyakwazi ukuhamba kwakho kulolugwadule olukhulu; ngoba le minyaka engamashumi amane uJehova uNkulunkulu wakho wayenawe; entula lutho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ