Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 2:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Sukumani, nihambe, niwele umfula i-Arinoni; bhekani, ngiyakunikela uSihoni umAmori, inkosi yaseHeshiboni, nezwe lakhe esandleni senu; qala ukulidla futhi ulwe naye empini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 “ ‘Sukani nihambe, niwele umfula i-Arinoni; bhekani, nginikele esandleni sakho uSihoni umAmori, inkosi yaseHeshiboni, nezwe lakhe: qala ukulidla, ulwe naye ekulweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

24 “ ‘Sukani nihambe, niwele umfula i-Arinoni; bhekani, nginikele esandleni sakho uSihoni, umAmori inkosi yaseHeshibhoni, nezwe lakhe: qala ukulidla ngokuba ulwe naye empini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 2:24
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Usho kanje uKoresi, inkosi yasePheresiya, uthi: “Imibuso yonke yomhlaba iphiwe mina nguJehova uNkulunkulu wezulu; wangiyala ukuba ngimakhele indlu eJerusalema lakwaJuda. Ngubani phakathi kwenu kubo bonke abantu bakhe? UJehova uNkulunkulu wakhe makabe naye, akhuphuke.


Usho kanje uKoresi, inkosi yasePheresiya, uthi: “UJehova uNkulunkulu wezulu unginikile yonke imibuso yomhlaba; wangiyala ukuba ngimakhele indlu eJerusalema lakwaJuda.


Mina ngenza umhlaba, umuntu, nesilwane esisemhlabeni, ngamandla ami amakhulu nangengalo yami eyeluliweyo, ngamnika lowo engibona kukuhle kimi.


Ngamnika izwe laseGibithe ngomsebenzi wakhe awusebenzele kulo, ngokuba bangisebenzele, isho iNkosi uJehova.


Nomaphi lapho kuhlala khona abantwana babantu, izilwane zasendle nezinyoni zezulu, wakunikela esandleni sakho, wakumisa ube ngumbusi phezu kwakho konke. Wena uyikhanda legolide.


Le ndaba injengomyalo wabalindi nokufunwa yizwi labangcwele ukuba abaphilayo bazi ukuthi oPhezukonke ubusa embusweni wabantu, awunike lowo athanda ukummisa, ammise. Phezu kwawo amadoda aphansi.


Basuka lapho bamisa inkamba esigodini saseSaredi.


Kusukela e-Aroweri eliseceleni komfula i-Arinoni, nokusukela emzini oseceleni komfula kuze kufike kwaGileyadi, akubangakho umuzi owawunamandla kunathi; uJehova uNkulunkulu wethu usinike konke.


Kwathi ngokwesikhombisa abapristi sebevuthela amacilongo, uJoshuwa wathi kubantu: “Khamulukani! ngoba uJehova uninikile umuzi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ