Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 2:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ngokuba isandla sikaJehova impela sasimelene nabo ukubachitha empini baze baqedwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Futhi isandla sikaJehova sasimelene nawo ukuwachitha phakathi kwekamu,* aze aphela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 Impela isandla sikaSimakade sasimelene nawo ukuwabhubhisa phakathi kwenkambu, aze aphele nya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 2:15
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngakho wabaphakamisela isandla sakhe ukuze abawise enkangala.


Ngokuba imini nobusuku isandla sakho sasinzima phezu kwami; umswakama wami waphenduka ukoma kwasehlobo. Sela.


Ngakho wachitha izinsuku zabo ngeze neminyaka yabo ekuhluphekeni.


Lapho ubona, inhliziyo yakho iyojabula, namathambo akho ayoqhakaza njengesitshalo; futhi isandla sikaJehova sizokwaziwa ezincekwini zakhe nolaka lwakhe phezu kwezitha zakhe.


Tshono kibo uthi: Kuphila kwami, itsho iN kosi, njengokukhuluma kwenu ezindlebeni zami, ngizakwenza njalo kini.


Kepha uNkulunkulu akajabulanga ngabaningi babo, ngokuba bachithwa ehlane.


Ngakho-ke ngiyakunikhumbuza, noma benazi lokhu ngaphambili, ukuthi iNkosi, isisindise abantu ezweni laseGibithe, yabuye yabhubhisa abangakholwanga.


Nomaphi lapho bephumela khona, isandla sikaJehova sasimelene nabo ngokubi, njengokukhuluma kukaJehova nanjengoba uJehova wayebathembisile ngesifungo; bakhathazeka kakhulu.


Basebethuma, babutha zonke iziphathamandla zamaFilisti, bathi: Thumani umphongolo kaNkulunkulu kaIsrayeli, ubuyele endaweni yawo, ukuze ungasibulali thina labantu bakithi; ngoba kwakukhona incithakalo ebulalayo kuwo wonke umuzi; isandla sikaNkulunkulu sasinzima kakhulu lapho.


Kepha isandla sikaJehova saba nzima phezu kwabo kwase-Ashidodi, wabachitha, wababulala ngenkemba, i-Ashidodi nemikhawulo yalo.


Kwathi sebewuzuzile, isandla sikaJehova saba phezu komuzi ngokuchitha okukhulu kakhulu; izingxenye.


Athotywa amaFilisti, akaba esangena emkhawulweni wakwa-Israyeli; isandla sikaJehova saba phezu kwamaFilisti zonke izinsuku zikaSamuweli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ