Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 18:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Futhi kuyokwenzeka ukuthi noma ngubani ongawalaleli amazwi ami ayowakhuluma egameni lami, ngizowafuna kuye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Kuyakuthi yilowo nalowo ongayikulalela amazwi ami ayakuwakhuluma egameni lami, mina ngikufune kuye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

19 Yilowo nalowo ongayukuwalalela amazwi ami ayowakhuluma eGameni lami, Mina ngiyobheka ukuba aziphendulele ngalokho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 18:19
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Okholwayo abhapathizwe uyakusindiswa; kodwa ongakholwayo uyakulahlwa.


Ngokuba uma sona ngamabomu emva kokuba sesamukele ukwazi kweqiniso, awusekho umhlatshelo wezono;


Thina siyakuphunyuka kanjani, uma sidebesela ukusindiswa okungaka na? eyaqala ukukhulunywa yiNkosi, yaqinisekiswa kithi yilabo abayizwayo;


Ngakho-ke, njengokutsho kukaMoya oNgcwele, Lamuhla uba lilizwa ilizwi lakhe.


Ukuthi sizakhele i-altare lokuchezuka kuJehova, nokuba sinikele phezu kwalo umnikelo wokushiswa noma umnikelo wempuphu, nokuba sinikele phezu kwalo iminikelo yokubonga, makayifune uJehova ngokwakhe;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ