UDuteronomi 17:5 - Contemporary Zulu Bible 20245 Uyakumkhiphela phandle leyo ndoda noma lowo wesifazane owenze lokho okubi emasangweni akho, leyo ndoda noma lowo wesifazane, umkhande ngamatshe, baze bafe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 uyakukhiphela lowo wesilisa noma lowo wesifazane owenze leyo nto embi emasangweni akho, lowo wesilisa noma lowo wesifazane umkhande ngamatshe ukuba afe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20205 lowo wesilisa noma wesifazane uyomkhiphela ngaphandle komuzi lokhu enzile into embi, umkhande ngamatshe, aze afe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Lowo mprofethi, noma lowomphuphi wamaphupho, uyobulawa; ngoba ukhulume ukuthi akususe kuJehova uNkulunkulu wakho owakukhupha elizweni leGibhithe, wakuhlenga endlini yobugqili, ukuthi akuxotshe endleleni uJehova uNkulunkulu wakho akulaya ukuthi uhambe ngayo. Ngalokho kumelwe ususe ububi phakathi kwakho.