UDuteronomi 15:6 - Contemporary Zulu Bible 20246 Ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho uyakukubusisa njengokukwethembisa kwakhe, uyakutsheleka izizwe eziningi, kepha wena ungatsheleki lutho kuzo; uyakubusa izizwe eziningi, kepha zona aziyikukubusa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho uyakukubusisa njengokukwethembisa kwakhe, utsheleke izizwe eziningi, kepha ungatsheleki lutho kuzo; uyakubusa izizwe eziningi, kepha zona aziyikukubusa wena. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20206 USimakade uNkulunkulu wenu uyonibusisa njengokwethembisa kwakhe, niyotsheleka izizwe eziningi, kodwa nina ningatsheleki lutho kuzo. Niyobusa izizwe eziningi, kepha zona aziyukunibusa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |