UDuteronomi 11:16 - Contemporary Zulu Bible 202416 Xwayani ukuba inhliziyo yenu ingakhohliswa, niphambuke, nikhonze abanye onkulunkulu, nikhuleke kubo; အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE16 “Xwayani funa inhliziyo ikhohliswe, niphambuke, nikhonze abanye onkulunkulu, nikhuleke kubo, အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202016 “Qaphelani funa inhliziyo yenu ikhohliseke, niphambuke, nikhonze abanye onkulunkulu, nibakhothamele, အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngase ngibona izihlalo zobukhosi, bahlezi phezu kwazo, banikwa ukwahlulela; ngase ngibona imiphefumulo yalabo ababenqunywe amakhanda ngenxa yobufakazi bukaJesu, nangenxa yezwi likaNkulunkulu, nabangazange bakhulekele isilo noma isilo. Umfanekiso wakhe, bengalutholanga uphawu emabunzini abo, noma ezandleni zabo; baphila, babusa kanye noKristu iminyaka eyinkulungwane.