UDaniyeli 8:14 - Contemporary Zulu Bible 202414 Wathi kimi: Kuze kube yizinsuku eziyizinkulungwane ezimbili namakhulu amathathu; khona indawo engcwele iyakuhlanjululwa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Wathi kimi: “Koze kube yizikhathi zokuhlwa nezokusa eziyizinkulungwane ezimbili namakhulu amathathu; bese yihlanjululwa indlu engcwele.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202014 Wathi kimi: “Kuyoze kube yizikhathi zokuhlwa nezokusa eziyizi-2 300, bese ihlanjululwa indlu engcwele.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngase ngizwa ukuthi indoda eyembethe ilineni, eyayiphezu kwamanzi omfula, yaphakamisela ezulwini isandla sayo sokunene nesokhohlo, yafunga yena ophilayo kuze kube phakade ukuthi okwesikhathi, nezikhathi, nengxenye; futhi lapho eseqedile ukuhlakaza amandla abantu abangcwele, zonke lezi zinto ziyofezeka.