UDaniyeli 5:3 - Contemporary Zulu Bible 20243 Base beletha izitsha zegolide ezazithathwe ethempelini lendlu kaNkulunkulu eyayiseJerusalema; inkosi nezikhulu zayo, nawomkayo, nezancinza zayo baphuza kuyo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Base beletha izitsha zegolide ezazikhishwe ethempelini lendlu kaNkulunkulu yaseJerusalema, inkosi, nezikhulu zayo, nawomkayo, nezancinza zayo baphuza ngazo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20203 Base beziletha izitsha zegolide ezazithathwe ethempelini eliyindlu kaNkulunkulu, eJerusalema; inkosi, izikhulu zayo, omkayo, nezancinza zayo baphuza ngazo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Kodwa wena uziphakamisile eNkosini yezulu; aletha izitsha zendlu yakhe phambi kwakho, wena nezikhulu zakho, omkekho, nezancinza zakho naphuza ngazo iwayini; utusile onkulunkulu besiliva, nabegolide, nabethusi, nabensimbi, nabemithi, nabetshe, abangaboniyo, abangezwa, nabangazi; futhi uNkulunkulu okuphefumula kwakho kusesandleni sakhe, futhi owakhe zonke izindlela zakho, awumkhazimulisanga.