UDaniyeli 4:6 - Contemporary Zulu Bible 20246 Ngase ngikhipha umyalo wokuba kulethwe phambi kwami bonke abahlakaniphileyo baseBabele ukuba bangazise ingcazelo yephupho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Ngalokho ngakhipha isimemezelo sokuba kulethwe bonke abahlakaniphileyo baseBabele phambi kwami, ukuze bangazise incazelo yephupho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20206 Ngakho-ke, ngakhipha isimemezelo sokuba balethwe phambi kwami bonke abahlakaniphileyo baseBhabhele, ukuze bangazise incazelo yephupho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Kukhona indoda embusweni wakho onomoya wawonkulunkulu abangcwele; nasemihleni kayihlo kwafunyanwa kuye ukukhanya nokuqonda nokuhlakanipha njengokuhlakanipha konkulunkulu; owabeka inkosi, uyihlo uNebukadinesari, inkosi, ngithi uyihlo abe yinkosi yabathakathi, nabathwebulayo, namaKaledi, nabahlola imihlola;