UDaniyeli 4:31 - Contemporary Zulu Bible 202431 Kwathi leli zwi lisesemlonyeni wenkosi, kwawa izwi ezulwini, lathi: “Kukhulunyiwe kuwe, nkosi Nebukadinesari; Umbuso umukile kuwe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE31 Izwi lisesemlonyeni wenkosi, kwehla ezulwini izwi, lithi: “We nkosi Nebukadinesari, kukhulunyiwe kuwe ukuthi: Umbuso usukile kuwe; အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202031 Kwathi nje izwi lisesemlonyeni wenkosi, kwase kwehla ezulwini izwi, lithi: “We nkosi Nebukhadinezari, kukhulunyiwe kuwe kwathiwa: umbuso usukile kuwe; အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngase ngizwa ukuthi indoda eyembethe ilineni, eyayiphezu kwamanzi omfula, yaphakamisela ezulwini isandla sayo sokunene nesokhohlo, yafunga yena ophilayo kuze kube phakade ukuthi okwesikhathi, nezikhathi, nengxenye; futhi lapho eseqedile ukuhlakaza amandla abantu abangcwele, zonke lezi zinto ziyofezeka.