Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDaniyeli 4:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Umuthi wakhula waba namandla, ukuphakama kwawo kwafinyelela ezulwini, nobuso bawo emikhawulweni yomhlaba wonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Umuthi wakhula, waqina, ubude bawo bafinyelela ezulwini nokubonakala kwawo kwaze kwaba sekugcineni komhlaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 Isihlahla sakhula, saqina, ubude baso babufinyelela ezulwini, sibonakala emhlabeni wonke jikelele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDaniyeli 4:11
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bathi: “Hambani, sizakhele umuzi nombhoshongo osiqongo sawo singafika ezulwini; masizenzele igama, funa sihlakazeke emhlabeni wonke.


Abafokazi, abesabekayo bezizwe, bamqothula, bamshiya; ezintabeni nasezigodini zonke amagatsha awo awela, amagatsha awo aphulwa emifuleni yonke yezwe; bonke abantu bomhlaba behla emthunzini wakhe, bamshiya.


Ngalokho ubude bawo baphakama ngaphezu kwayo yonke imithi yasendle, namagatsha awo anda, namagatsha awo aba made ngenxa yobuningi bamanzi ekuhlumeni kwawo.


Nawe Kapernawume, ophakanyiselwe ezulwini, uyakwehliselwa esihogweni, ngokuba uma yayenziwe eSodoma imisebenzi yamandla eyenziwe kuwe, ngabe isekhona nanamuhla.


Zwana, Israyeli, uyakudabula iJordani namuhla ukungena ukudla izizwe ezinkulu nezinamandla kunawe, imizi emikhulu ebiyelweyo kuze kufike ezulwini;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ