UDaniyeli 11:37 - Contemporary Zulu Bible 202437 Ayiyikunakekela uNkulunkulu wawoyise, inganaki isifiso sabesifazane nanoma yimuphi unkulunkulu; ngoba iyozikhulisa ngaphezu kwakho konke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE37 Ayiyikunakekela onkulunkulu bawoyise nofiswa yisifazane, inganaki nonkulunkulu oyedwa, ngokuba iyakuzikhulisa phezu kwabo bonke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202037 Ayiyukubanaka onkulunkulu boyise. Ayiyukubanaka nabafiswa yisifazane kanjalo ayiyukunaka nankulunkulu mumbe, ngokuba iyakuzikhukhumeza phezu kwabo bonke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ndodana yomuntu, yisho enduneni yaseTire, uthi: ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Ngoba inhliziyo yakho iphakeme futhi wena wathi: NginguNkulunkulu, ngihlezi esihlalweni sobukhosi sikaNkulunkulu, phakathi kolwandle; nokho ungumuntu hhayi uNkulunkulu, ngisho noma ubeka inhliziyo yakho njengenhliziyo kaNkulunkulu.